UKunene uzohlonishwa ngendondo

Published Date: 
Wednesday, March 2, 2005
Publication Name: 
Izindaba

"Kuzoqopheka umlando ngale mpelasonto eThekwini njengoba emgcoba njengembongi yesizwe sonkana omunye wababhali abavelele nabahlonishwayo ngekhono lake eNingizimu Afrika, uSolwazi Mazisi Raymond Kunene..."